{"id":{"repo_id":"zulu","oai_identifier":"oai:uzspace.unizulu.ac.za:10530/872"},"canonical_url":"https://search.dev.ndltd.org/etd/zulu/oai:uzspace.unizulu.ac.za:10530/872","repository":{"repo_id":"zulu","name":"University of Zululand","base_url":"https://uzspace.unizulu.ac.za/server/oai/request"},"display":{"title":"Ingonyuluka Ngempicabadala Yempi YaseNtibane","abstract":"Lolu cwarnngo lucubungula impicabadala ngempi yaseNtibane. Kunernibuzo enusa ikhanda mayelana nokwehlulwa kwempi kaZulu ngesikhathi uZulu ebhekene ngeziqu zamehlo namaBhunu ngonyaka ka-1838. Lolu cwaningo luzama ukuthola ukuthi yini ngempela eyenzeka ngalolu suku lena eyabangela ukunqotshwa kukaZulu empini yaseNtibane? Kungabe amasu okulwa ajwayelekile akawasebenzisanga uNdlela? Kungabe kuyiqiniso ukuthi uZulu owasala kule mpi ubalelwa ezinkulungwaneni ezintathu? Kungabe kuyiqiniso uJ...'Uthi umfula waze waphenduka igazi? Vma kuyiqiniso, kungabe elikaZulu kuphela igazi elaphalala? Lena ngeminye yemibuzo okudingeka iphenduleke. Lolu cwaningo luzama ukuthola izimpendulo zale mibuzo kanye neminye ezohambe ivela Kubhekisiswa izindlela ezazisetshenziswa uZulu uma ebutha amabutho, ukwethiwa igama kwebutho, ukwabiwa kwezihlangu ngokwemibala enhlobonhlobo, imvunulo yamabutho, ukuma kwempi kaZulu jikelele, izindlela zokuhlasela kanye nempicabadala ngempi yaseNtibane. Kuyobhekisiswa imihlobiso eyiiigqizo zokunonophala kolimi kulo msebenzi. Lokhu Imyaphuthuma ukuba kwenziwe ngoba kosiza kakhulu isizwe kakhulukazi oSomlando, oSomafa kaZulu, izizukulwane ngezizulmlwane, izivakashi kanye nalabo abasekhaleni lokweluleka abavakashi ikakhulu kwelakwaMthaniya. Lolu cwaningo lunezahluko eziyisihlanu. Isahluko sokugala \"isingeniso socwaningo\". Amagama asetshenzisiwe kulo rnqulu azohlaziywa kahle ukuze ingqikithi yalokho akushoyo icace. Sibuka izinhloso nentshisekelo yomsebenzi jikelele. Kukhonjwa indlela yokuqhuba ucwaningo kanye nemidiyo yalo. Isahluko sesibili siqondene \"nokurna kwempi kaZulu\", ukubutha, izihlangu, imvunulo kanye namanoni olirni avela kulokhu.","abstract_html":"Lolu cwarnngo lucubungula impicabadala ngempi yaseNtibane. Kunernibuzo enusa ikhanda mayelana nokwehlulwa kwempi kaZulu ngesikhathi uZulu ebhekene ngeziqu zamehlo namaBhunu ngonyaka ka-1838. Lolu cwaningo luzama ukuthola ukuthi yini ngempela eyenzeka ngalolu suku lena eyabangela ukunqotshwa kukaZulu empini yaseNtibane? Kungabe amasu okulwa ajwayelekile akawasebenzisanga uNdlela? Kungabe kuyiqiniso ukuthi uZulu owasala kule mpi ubalelwa ezinkulungwaneni ezintathu? Kungabe kuyiqiniso uJ...&#x27;Uthi umfula waze waphenduka igazi? Vma kuyiqiniso, kungabe elikaZulu kuphela igazi elaphalala? Lena ngeminye yemibuzo okudingeka iphenduleke. Lolu cwaningo luzama ukuthola izimpendulo zale mibuzo kanye neminye ezohambe ivela Kubhekisiswa izindlela ezazisetshenziswa uZulu uma ebutha amabutho, ukwethiwa igama kwebutho, ukwabiwa kwezihlangu ngokwemibala enhlobonhlobo, imvunulo yamabutho, ukuma kwempi kaZulu jikelele, izindlela zokuhlasela kanye nempicabadala ngempi yaseNtibane. Kuyobhekisiswa imihlobiso eyiiigqizo zokunonophala kolimi kulo msebenzi. Lokhu Imyaphuthuma ukuba kwenziwe ngoba kosiza kakhulu isizwe kakhulukazi oSomlando, oSomafa kaZulu, izizukulwane ngezizulmlwane, izivakashi kanye nalabo abasekhaleni lokweluleka abavakashi ikakhulu kwelakwaMthaniya. Lolu cwaningo lunezahluko eziyisihlanu. Isahluko sokugala &quot;isingeniso socwaningo&quot;. Amagama asetshenzisiwe kulo rnqulu azohlaziywa kahle ukuze ingqikithi yalokho akushoyo icace. Sibuka izinhloso nentshisekelo yomsebenzi jikelele. Kukhonjwa indlela yokuqhuba ucwaningo kanye nemidiyo yalo. Isahluko sesibili siqondene &quot;nokurna kwempi kaZulu&quot;, ukubutha, izihlangu, imvunulo kanye namanoni olirni avela kulokhu.","abstract_has_math":false,"creators":["Khuzwayo, Bonginkosi Cyprian"],"institution":null,"degree_name":null,"degree_level":null,"degree_discipline":null,"degree_department":null,"school":null,"contributors":[],"advisors":["Khumalo, Z.L.M."],"committee_chairs":[],"committee_members":[],"year":2001,"date_issued":"2001","date_published":"2001","updated_at":"2026-07-24T06:17:11Z","subjects":["Zulu fiction"],"languages":[],"rights":[],"rights_urls":["https://devspace.unizulu.ac.za/bitstreams/ce39f729-f34f-4824-a289-c867f9de12c4/download"],"identifier_entries":[]},"links":{"outbound_url":null,"outbound_label":null,"outbound_source":null},"metadata_groups":[{"id":"people","label":"People","entries":[{"key":"dc:contributor.advisor","label":"Advisor","values":["Khumalo, Z.L.M."]},{"key":"dc:creator","label":"Author","values":["Khuzwayo, Bonginkosi Cyprian"]}]},{"id":"academic_context","label":"Academic Context","entries":[{"key":"dc:date.issued","label":"Date","values":["2001"]},{"key":"dc:relation.isreferencedby","label":"Dc Relation Isreferencedby","values":["http://hdl.handle.net/10530/872"]},{"key":"dc:type","label":"Dc Type","values":["Thesis"]}]},{"id":"subjects_keywords","label":"Subjects and Keywords","entries":[{"key":"dc:subject","label":"Dc Subject","values":["Zulu fiction"]}]},{"id":"language_rights","label":"Language and Rights","entries":[{"key":"dc:rights","label":"Dc Rights","values":["https://devspace.unizulu.ac.za/bitstreams/ce39f729-f34f-4824-a289-c867f9de12c4/download"]}]},{"id":"identifiers","label":"Identifiers","entries":[{"key":"dc:identifier.uri","label":"Identifier URI","values":["https://devspace.unizulu.ac.za/bitstreams/3f3751e3-5cfd-4a6f-8a1b-b6417452d161/download"]}]},{"id":"additional","label":"Additional Metadata","entries":[{"key":"dc:description.abstract","label":"Abstract","values":["Lolu cwarnngo lucubungula impicabadala ngempi yaseNtibane. Kunernibuzo enusa ikhanda mayelana nokwehlulwa kwempi kaZulu ngesikhathi uZulu ebhekene ngeziqu zamehlo namaBhunu ngonyaka ka-1838. Lolu cwaningo luzama ukuthola ukuthi yini ngempela eyenzeka ngalolu suku lena eyabangela ukunqotshwa kukaZulu empini yaseNtibane? Kungabe amasu okulwa ajwayelekile akawasebenzisanga uNdlela? Kungabe kuyiqiniso ukuthi uZulu owasala kule mpi ubalelwa ezinkulungwaneni ezintathu? Kungabe kuyiqiniso uJ...'Uthi umfula waze waphenduka igazi? Vma kuyiqiniso, kungabe elikaZulu kuphela igazi elaphalala? Lena ngeminye yemibuzo okudingeka iphenduleke. Lolu cwaningo luzama ukuthola izimpendulo zale mibuzo kanye neminye ezohambe ivela Kubhekisiswa izindlela ezazisetshenziswa uZulu uma ebutha amabutho, ukwethiwa igama kwebutho, ukwabiwa kwezihlangu ngokwemibala enhlobonhlobo, imvunulo yamabutho, ukuma kwempi kaZulu jikelele, izindlela zokuhlasela kanye nempicabadala ngempi yaseNtibane. Kuyobhekisiswa imihlobiso eyiiigqizo zokunonophala kolimi kulo msebenzi. Lokhu Imyaphuthuma ukuba kwenziwe ngoba kosiza kakhulu isizwe kakhulukazi oSomlando, oSomafa kaZulu, izizukulwane ngezizulmlwane, izivakashi kanye nalabo abasekhaleni lokweluleka abavakashi ikakhulu kwelakwaMthaniya. Lolu cwaningo lunezahluko eziyisihlanu. Isahluko sokugala \"isingeniso socwaningo\". Amagama asetshenzisiwe kulo rnqulu azohlaziywa kahle ukuze ingqikithi yalokho akushoyo icace. Sibuka izinhloso nentshisekelo yomsebenzi jikelele. Kukhonjwa indlela yokuqhuba ucwaningo kanye nemidiyo yalo. Isahluko sesibili siqondene \"nokurna kwempi kaZulu\", ukubutha, izihlangu, imvunulo kanye namanoni olirni avela kulokhu."]},{"key":"dc:format.checksum.md5","label":"Dc Format Checksum Md5","values":["8b3f861d68fcf11175f3b68ab7ff1ac3","8a4605be74aa9ea9d79846c1fba20a33","3b1c692bf056ab72f4a57f447e572dd9"]},{"key":"dc:title","label":"Title","values":["Ingonyuluka Ngempicabadala Yempi YaseNtibane"]}]}],"canonical_facts":{"dc:contributor.advisor":["Khumalo, Z.L.M."],"dc:creator":["Khuzwayo, Bonginkosi Cyprian"],"dc:date.issued":["2001"],"dc:description.abstract":["Lolu cwarnngo lucubungula impicabadala ngempi yaseNtibane. Kunernibuzo enusa ikhanda mayelana nokwehlulwa kwempi kaZulu ngesikhathi uZulu ebhekene ngeziqu zamehlo namaBhunu ngonyaka ka-1838. Lolu cwaningo luzama ukuthola ukuthi yini ngempela eyenzeka ngalolu suku lena eyabangela ukunqotshwa kukaZulu empini yaseNtibane? Kungabe amasu okulwa ajwayelekile akawasebenzisanga uNdlela? Kungabe kuyiqiniso ukuthi uZulu owasala kule mpi ubalelwa ezinkulungwaneni ezintathu? Kungabe kuyiqiniso uJ...'Uthi umfula waze waphenduka igazi? Vma kuyiqiniso, kungabe elikaZulu kuphela igazi elaphalala? Lena ngeminye yemibuzo okudingeka iphenduleke. Lolu cwaningo luzama ukuthola izimpendulo zale mibuzo kanye neminye ezohambe ivela Kubhekisiswa izindlela ezazisetshenziswa uZulu uma ebutha amabutho, ukwethiwa igama kwebutho, ukwabiwa kwezihlangu ngokwemibala enhlobonhlobo, imvunulo yamabutho, ukuma kwempi kaZulu jikelele, izindlela zokuhlasela kanye nempicabadala ngempi yaseNtibane. Kuyobhekisiswa imihlobiso eyiiigqizo zokunonophala kolimi kulo msebenzi. Lokhu Imyaphuthuma ukuba kwenziwe ngoba kosiza kakhulu isizwe kakhulukazi oSomlando, oSomafa kaZulu, izizukulwane ngezizulmlwane, izivakashi kanye nalabo abasekhaleni lokweluleka abavakashi ikakhulu kwelakwaMthaniya. Lolu cwaningo lunezahluko eziyisihlanu. Isahluko sokugala \"isingeniso socwaningo\". Amagama asetshenzisiwe kulo rnqulu azohlaziywa kahle ukuze ingqikithi yalokho akushoyo icace. Sibuka izinhloso nentshisekelo yomsebenzi jikelele. Kukhonjwa indlela yokuqhuba ucwaningo kanye nemidiyo yalo. Isahluko sesibili siqondene \"nokurna kwempi kaZulu\", ukubutha, izihlangu, imvunulo kanye namanoni olirni avela kulokhu."],"dc:format.checksum.md5":["8b3f861d68fcf11175f3b68ab7ff1ac3","8a4605be74aa9ea9d79846c1fba20a33","3b1c692bf056ab72f4a57f447e572dd9"],"dc:identifier.uri":["https://devspace.unizulu.ac.za/bitstreams/3f3751e3-5cfd-4a6f-8a1b-b6417452d161/download"],"dc:relation.isreferencedby":["http://hdl.handle.net/10530/872"],"dc:rights":["https://devspace.unizulu.ac.za/bitstreams/ce39f729-f34f-4824-a289-c867f9de12c4/download"],"dc:subject":["Zulu fiction"],"dc:title":["Ingonyuluka Ngempicabadala Yempi YaseNtibane"],"dc:type":["Thesis"]},"updated_at":"2026-07-24T06:17:11Z"}