Back to results

University of Zululand

Izimpawu zobuthakathaka obhalweni-magama esiZulu

Abstract

dc:description.abstract

Isahluko sokuqala siphethe isethuIo socwaningo-jikeIeIe. Lapha kubukwa izinhIoso zocwaningo; intshisekeIo; indIeIa yokuqhuba ucwaningo, umkIamo wocwaningo nemibono yongoti. Isahluko sesibiIi siphethe ukuqhathaniswa kohIeIo oIwakbeIwe phezu kwegama nesiqu; ukuthi IufundeIwani uhIeIo IoIimi; isayensi yohIeIo IoIimi; umsuka wohIeIo Iolimi; ukubunjwa kohIeIo IoIimi esiZuIwini; umahluko phakathi kwesiqu nomsuka; ukuchazwa kabusha kwamatemu 'isiqu nomsuka'; umsuka nomphumeIa wawo; imofoIoji encike kwiziqu namagama; imofoIoji esuseIwe eziqwini zoIimi nokuthi ikuphi okuyikonakona phakathi kwemofoIoji esuseIwa emabizweni noma eziqwini. Isahluko sesithathu siphethe ukubhalwa kwamagama ngokuwahlanganisa noma ngokuwahlukanisa okuqukethe ukuthi ingabe ahlanganiseIwani futhi ahIukaniseIwani amagama uma ebhaIwa; indIeIa yokuhIukanisa amagama, indIeIa engapheIeIe yokuhIukanisa amagama; okubekwe endaweni yokunye; ingabe abaIetha inkoIo kubantu bawahIukanis~ kanjani amabizo; ukuhIukaniswa kwamagama ngokuka van Wyk; ukuhIukanisa kube kodwa;" okunokuphambaniswa ukwahlukanisa; okunokubuyiseIwa endaweni; ukubunjwa kobhalo-jikeIeIe egameni eIiIodwa nesiphetho. Isahluko sesme siphethe ukuhIeIwa kwamabizo ngezigaba zawo okuqukethe Iezi zihIokwana ezithi ingabe amabizo ahleIeIwani ngezigaba zawo; izigaba zamabizo; ubuthakathaka ngezindIeIa uDoke noCoIe abahleIa ngazo izigaba zamabizo; ukuhIeIwa kwamabizo ngezigaba z awo ngokukaDoke; ukugxekwa k wendIeIa uDoke ahleIa ngayo izingcezu zenkuIumo. IsahIuko sesihIanu siphethe ukuhIeIwa kwamabizo nezingcezu zenkuIumo ngendIeIa kavan Wyk okuqukethe Iezi zihIokwana ezithi izingcezu zenkuIumo ngokukavan Wyk; (v) okulandelayo kutshengisa isigabazwana; ukublelwa kweziphawulo, izibaluli, maru nezibanjalo ngohlelo luka van Wyk. Isahluko sesithupha siphethe lokho okuthiwa isiphawulo esiZulwini; umIando omfuphi ngokuthiwa isiphawulo; ubuthaka balokhu okuthiwa" isiphawulo; indlela engandulelwa ukubhekana nobuthakathaka nalokho okuthiwa isiphawulo nesiphetho. Isahluko sesikhombisa esibhekene nokuhlaziywa kocwaningo jikelele, lzincomo nesiphetho.

Author and committee

dc:creator, dc:contributor.*
Author dc:creator
  • Mpanza, Sipho Petros.
Advisor dc:contributor.advisor
  • Khumalo, L.Z.M.

Subjects

dc:subject × 2

Rights

dc:rights

Chain of custody

source
Harvested from
University of Zululand
Base URL
uzspace.unizulu.ac.za/server/oai/request
Last updated
2026-07-24
Source record
OAI-PMH GetRecord
citation

Mpanza, Sipho Petros.. Izimpawu zobuthakathaka obhalweni-magama esiZulu. 2004.