Back to search

University of Zululand

Ucwaningo ngokubaluleka kwezindawo zomlando, ezemvelo nezokwakhiwa ekuthuthukiseni ezokuvakasha endaweni yasebaQulusini

Abstract

dc:description.abstract

Lolu cwaningo luhlose ukuqhakambisa iqhaza elibanjwe izindawo zomlando, ezemveIo nezokwakhiwa ekuthuthukiseni ezokuvakasha endaweni yasebaQulusini. Ucwaningo lukuveze kwagqama ukuthi indawo yasebaQulusini icebile ngezigigaba zomlando ezehla khona, icebile futhi ngezindawo eziyizikhungo zokongiwa kwemveIo, konke lokhu kuyiwozawoza elidonsa izivakashi ukuthi zithutheleke kule ndawo ukuze zizitike ngolwazi nobuhle bale ndawo.

Author and committee

dc:creator, dc:contributor.*
Author dc:creator
  • Mhlungu, Zandile Florence.
Advisor dc:contributor.advisor
  • Mathenjwa, L.F.

Subjects

dc:subject × 2

Rights

dc:rights

Chain of custody

source
Harvested from
University of Zululand
Base URL
uzspace.unizulu.ac.za/server/oai/request
Last updated
2026-07-24
Source record
OAI-PMH GetRecord
citation

Mhlungu, Zandile Florence.. Ucwaningo ngokubaluleka kwezindawo zomlando, ezemvelo nezokwakhiwa ekuthuthukiseni ezokuvakasha endaweni yasebaQulusini. 2004.